What Is a Healthy Church? (Liyini iBandla elinempilo?)

You may have read books on this topic before—but not like this one. Instead of an instruction manual for church growth, this classic text offers tried and true principles for assessing the health of your church. Whether you’re a pastor, a leader, or an involved member of your congregation, studying the nine marks of a healthy church will help you cultivate new life and well-being within your own church for God’s glory. This book is a good introduction and study guide considering the essential marks of a Healthy Church.

 Liyini iBandla elinempilo? 

IBandla lendawo elinempilo liwumgogodla omqoka kakhulu ekuhanjisweni kwevangeli. Liyisinyathelo sokuqala lapho kufezwa khona umyalelo o’mkhulu okuMathewu 28:18-20 wokuhambisa ivangeli ezizweni zonke. Lencwadi ebhalwe nguMfundisi uMark Dever iphendula imibuzo eminingi esihlangabezana nayo maqondana nezimfundiso zokuphathwa kweBandla. lkubeka kucace nangoku-ngananazi ukuthi ‘lezizimpawu eziyisi-shiyagalolunye zeBandla elinempilo’ zimqoka kangakanani ekuvezeni ubunjalo beBandla, ukuthi kahle-hle ‘linempilo’ yini noma libuthakathaka. Lencwadi iwusizo kakhulu ngoba isikhombisa ukubaluleka komsebenzi wethu. llungele umPhathi weBandla, isifundiswa esicwaninga iZwi leNkosi kanye naku-noma wubani owumfundi weZwi leNkosi. Ngiyayincoma kakhulu kuwona wonke umuntu onentshisekelo yokwakha iBandla kanye nabafundi bakaNkulunkulu. 

This book was made possible in partnership with Imprint. Visit their website here.

Free Download

Download the book "What Is a Healthy Church? (Liyini iBandla elinempilo?)" in Zulu for free! A download link will be sent to your email after filling out this form. By giving us your information you agree to be contacted by 9Marks or our Zulu partners by email. You will be able to unsubscribe at any time.

  • Free Download